Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 41:1 - IsiZulu 2020

1 Wayesengingenisa ethempelini, wakala izinsika ngayinye, ububanzi babungamakhubhithi ayisithupha ngapha nangapha, yilobo-ke ububanzi bezinsika, zethabanakeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Wayesengingenisa ethempelini, walinganisa izinsika, ububanzi buyizingalo eziyisithupha ngalapha, ububanzi buyizingalo eziyisithupha nangalapha, ububanzi betabernakele.*

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Wayesengingenisa ethempelini, walinganisa izinsika: ububanzi buyizingalo eziyisithupha ngalapha nezingalo eziyisithupha ububanzi ngalapha, yibo ububanzi betabernakele.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 41:1
16 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwathi ngonyaka wama-480 emveni kokuphuma kwaba-Israyeli eGibhithe, ngonyaka wesine wokubusa kukaSolomoni phezu kwabakwa-Israyeli, ngenyanga kaZivi eyinyanga yesibili, waqala ukwakha indlu kaSimakade.


Indlu, inkosi uSolomoni eyayakhela uSimakade, ubude bayo babungamakhubhithi angama-60, nobubanzi bayo bungamakhubhithi angama-20, nokuphakama kwayo kwakungamakhubhithi angama-30.


Wayesengingenisa egcekeni elingaphandle; uyabona-ke, lapho kwakukhona amakamelo nendawo egandayiweyo egcekeni nxazonke; kwakukhona namakamelo angama-30 endaweni egandayiweyo.


Wayeselinganisa umpheme wesango: wawungamakhubhithi ayisishiyagalombili; nezinsika zalo: ungamakhubhithi amabili; umpheme wesango ungasendlini.


Ethempelini, izinsika zomnyango zazinezinhlangothi ezine, ubuso bendawo engcwelengcwele, isimo sabo sasifana nesethempeli.


Ithempeli nendawo engcwelengcwele kwakunezivalo ezimbili.


Wayesengena phakathi, walinganisa izinsika zomnyango: kwaba ngamakhubhithi amabili: umnyango ungayisithupha, ububanzi bomnyango, bungayisikhombisa.


Wayesengikhipha egcekeni elingaphandle elingasenyakatho, wangingenisa ekamelweni elibhekene nendawo eyahlukanisiweyo, eliqondene nesakhiwo esingasenyakatho,


Nani njengamatshe aphilileyo, nakhiwe nibe yindlu yokomoya, ubuphristi obungcwele, ukuze ninikele ngemihlatshelo yokomoya eyamukelekayo kuNkulunkulu, ngaye uJesu Khristu.


Owayekhuluma nami wayephethe induku yegolide yokulinganisa, ayezolinganisa ngayo umuzi, amasango awo, nogange lwawo.


Ngase ngizwa izwi elikhulu livela esihlalweni sobukhosi, lithi: “Ithabanakeli likaNkulunkulu likubantu, uyakuhlala nabo, babe ngabantu bakhe, Yena abe nguNkulunkulu wabo.


Onqobayo ngiyakumenza insika ethempelini likaNkulunkulu wami, futhi akasoze aphuma khona. Ngiyakuloba kuye igama likaNkulunkulu wami, negama lomuzi kaNkulunkulu wami, iJerusalema elisha elehla ezulwini livela kuNkulunkulu wami, negama lami elisha.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ