Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 40:34 - IsiZulu 2020

34 Imiphemegumbi yalo yayibheke egcekeni elingaphandle; amasundu esezinsikeni zalo, ngapha nangapha; kwakukhushukelwa kulo ngezitebhisi eziyisishiyagalombili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 Imengamo yalo yayibheke egcekeni elingaphandle; amasundu ayekhona ezinsikeni zalo ngalapha nangalapha; kwakhushukelwa kulo ngezinyathelo eziyisishiyagalombili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

34 Umpheme wakhe wawubheke egcekeni elingaphandle; namasundu ayesezinsikeni zeminyango yalo, ngapha nangapha; ukukhuphukela kulo kwakunezinyathelo eziyisishiyagalombili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 40:34
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Amafasitela alo, imipheme yalo, namasundu alo kwakufana nesilinganiso sesango elibheke ngasempumalanga; bakhuphukela kulo ngezitebhisi eziyisikhombisa, imipheme yalo yayiphambi kwazo.


Izinsika zalo zazibheke egcekeni elingaphandle; amasundu ayesezinsikeni zalo ngapha nangapha; kwakukhushukelwa kulo ngezitebhisi eziyisishiyagalombili.


Imiphemegumbi yalo yayibheke egcekeni elingaphandle; amasundu esezinsikeni zalo; kwakukhushukelwa kulo ngezitebhisi eziyisishiyagalombili.


Ubude bomphemegumbi babungamakhubhithi angama-20, nobubanzi bungamakhubhithi ali-11 ngasezitebhisini okwakukhushukelwa ngazo kulo; kukhona nezibonda ngasezinsikeni, ngapha nangapha.


Kwakukhona izitebhisi eziyisikhombisa zokukhuphukela kulo, kunemiphemegumbi phambi kwazo; lalinamasundu, lilodwa ngapha nangapha ezinsikeni zalo.


Kwakukhona amafasitela avaliweyo, emakamelweni; ezinsikeni ngaphakathi kwesango nxazonke, nasemiphemeni yendlu ngaphandle; kukhona amafasitela nxazonke ngaphakathi namasundu ezinsikeni.


Wayeseya esangweni elalibheke empumalanga, wakhuphuka ngezitebhisi zalo, walinganisa umbundu wesango; ububanzi bawo babuluhlanga olulodwa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ