Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 40:3 - IsiZulu 2020

3 Wangiyisa khona; ngabona umuntu osimo sakhe sasinjengesimo sethusi; wayephethe intambo yelineni esandleni sakhe, nohlanga lokulinganisa, emi esangweni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Wangiyisa khona; bheka, umuntu osimo sakhe sasinjengesimo sethusi, ephethe intambo yefilakisi* esandleni sakhe, nohlanga lokulinganisa, wayemi esangweni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Wangiyisa khona; bheka, kwakukhona umuntu okubonakala kunjengethusi, ephethe umucu wefilakisi esandleni sakhe, nodondolo lokulinganisa; wema esangweni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 40:3
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ubulungiswa ngizobenza umucu wokukala, ukulunga kube ngumthofu wokuqondisa, isichotho siyophephetha inqaba yamanga, amanzi akhukhule umpheme.


isifundiso nobufakazi kwabafileyo na? Impela abakhuluma ngalolu hlobo, kabasoze baba nakukhanya.


Kwesingenhla sokusamuntu, okhalo lwakho, ngabona ithusi elimenyezelayo, into efana nomlilo imzungezile. Kwesingezansi sakhe kulokhu okubukeka salukhalo, ngabona umlilo ukhazimula nxazonke.


Imilenze yazo yayiqondile, amathe ezinyawo zazo efana namathe ezinselo zethole, zazimenyezela njengethusi elicwebezelisiweyo.


Wayesengingenisa ethempelini, wakala izinsika ngayinye, ububanzi babungamakhubhithi ayisithupha ngapha nangapha, yilobo-ke ububanzi bezinsika, zethabanakeli.


Walulinganisa uhlangothi lwasempumalanga ngohlanga lokulinganisa: kwaba yizinhlanga ezingama-500 uma sekulinganiswe ngohlanga gimbici.


Ngase ngizwa okhuluma kimi ephakathi endlini; kwakumi umuntu eceleni kwami.


Kwase kuphuma umuntu, eya ngasempumalanga, ephethe umucu wokulinganisa esandleni sakhe, walinganisa kwaba ngamakhubhithi ayinkulungwane, wayesengiweza emanzini, amanzi ayefinyelela emaqakaleni.


Ngabona; bheka, okwakubonakala kunjengomlilo, kusukela kokungathi ukhalo kwehle, kwakunomlilo. Kusukela okhalo kuya kwesingenhla kwakunjengokukhazimula futhi kungathi yinto emenyezelayo.


Izinyawo zakhe zazifana nethusi elikhazimula sengathi lisesithandweni somlilo, izwi lakhe linjengokuhlokoma kwamanzi amaningi.


Nganikwa umhlanga wokulinganisa ofana nenduku, kwathiwa: “Sukuma ulinganise ithempeli likaNkulunkulu, i-althare, nalabo abakhulekayo kulo.


Owayekhuluma nami wayephethe induku yegolide yokulinganisa, ayezolinganisa ngayo umuzi, amasango awo, nogange lwawo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ