Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 38:4 - IsiZulu 2020

4 Ngiyakukuguqula, ngifake izingwegwe emihlathini yakho, ngikukhiphe nayo yonke impi yakho, amahhashi nabagibeli bawo, bonke bevunule bephelele, iviyo elikhulu eliphethe amahawu nezihlangu, bonke bephethe izinkemba zabo zimenyezela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 ngiyakukuguqula, ngifake izingwegwe emihlathini yakho, ngikukhiphe kanye nayo yonke impi yakho, amahhashi nabamahhashi, bonke bembethe kahle kakhulu, iviyo elikhulu elinamahawu nezihlangu, bonke bephethe izinkemba,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Ngiyakukubuyisela emuva, ngifake izingwegwe emihlathini yakho, ngikukhiphe wena nempi yakho yonke, amahhashi, nabamahhashi, bonke bembethe zonke izinhlobo zezikhali, yebo, isixuku esikhulu esinezihlangu nezihlangu, bonke bephela abaphethe izinkemba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 38:4
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngenxa yokuba ungithukuthelele, nokuzidla kwakho kwenyukele ezindlebeni zami, ngiyakubeka ingwegwe yami emakhaleni akho, netomu lami emlonyeni wakho, ngiyakukubuyisela endleleni oweza ngayo.’


KwabakwaGadi, abanye bazehlukanisa baya kuDavide enqabeni ehlane, amaqhawe anamandla, amabutho azilungiselele ukulwa, abakwazi ukuphatha isihlangu nomkhonto, ababuso babo bufana nobuso bezingonyama, abanejubane njengezinsephe ezintabeni:


U-Amaziya waqoqa uJuda, wammisa ngokwezindlu zawoyise phansi kwabakhuzi bempi bezinkulungwane nabakhuzi bempi bamakhulu. UJuda wonke noBhenjamini wababala, kusukela kwabaneminyaka engama-20 kuya phezulu, wathola ukuthi bayizi-300 000 abakhethekileyo asebengaphuma impi, nabangaphatha umkhonto nesihlangu.


ukufutheka kolaka lwakho ngami, nokuzidla kwakho sekufinyelele ezindlebeni zami; ngizofaka ingwegwe yami emakhaleni akho, netomu lami emlonyeni wakho; ngikubuyisele emuva ngendlela oweza ngayo.


okhipha izinqola zempi; amahhashi, impi, namaqhawe, kulale uyaca kanyekanye kungabe kusavuka. Kucishwe, kucinywe njengentambo yesibani.


Khuphukani, mahhashi, nibhembuluke zinqola, mawaphume amaqhawe: uKhushe noPhuthi babambe izihlangu, namaLudi abambe umnsalo.


Wakhanukela abase-Asiriya, izikhulu, ababusi, namabutho empi, ababehlobe ngemvunulo, bengabagibeli bamahhashi, bonke beyizinsizwa ezingamageza.


“ ‘Ngiyakufaka amahhuku emihlathini yakho, nginamathelise izinhlanzi zemifula yakho ezingcwecweni zakho, ngikukhuphule emifuleni yakho nazo zonke izinhlanzi zemifula yakho ezinamathele ezingcwecweni zakho.


Uyakufika usuka kude endaweni yakho esekugcineni enyakatho, wena nezizwe eziningi oyakuba uhamba nazo, bonke begibele amahhashi, iviyo elikhulu nempi enamandla.


uthi: ‘Isho kanje iNkosi uSimakade, ithi: “Ngimelene nawe Gogi, sikhulu sakwaRoshe, eMeshekhe naseThubhali.


Ngiyakukuguqula, ngikuhole, ngikwenyusele ezindaweni ezikude ezisenyakatho, ngikuyise ezintabeni zakwa-Israyeli,


Etafuleni lami niyakudla nisuthe inyama yamahhashi, eyabagibeli bawo, eyamaqhawe, neyawo wonke amabutho empi,” ’ ” kusho iNkosi uSimakade.


“Ngesikhathi sokugcina inkosi yaseningizimu iyakulwa nayo; inkosi yasenyakatho iyakuza kuye njengesishingishane inezinqola, nabamahhashi, nemikhumbi eminingi, iyakungena ngaphakathi ezweni, ikhukhule, idlule.


INkosi uSimakade ifungile ngobungcwele bayo, yathi: “Bhekani-ke, ziyonifikela izinsuku lapho niyakuthathwa ngezingwegwe, nezizukulwane zenu ngezindobo zokudoba.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ