Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 3:6 - IsiZulu 2020

6 futhi akuyibo abantu abaningi abakukhuluma kwabo kungezwakali nolimi lwabo lungaqondakali, ongaqondi namazwi abawashoyo. Impela ukuba bengikuthume kubantu abanjalo, bebeyakukulalela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 kungekubantu abaningi abankulumo yabo ilukhuni nolimi lwabo lungaqondakali, ongawezwa amazwi abo. Impela uma bengikuthume kubo, bona babeyakukuzwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Hhayi ngenxa yabantu abaningi abanenkulumo eyinqaba nolimi olulukhuni, abamazwi abo ningewaqondi; Ngempela, uma bengikuthume kubo, ngabe bakulalele.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 3:6
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

base bephonsa intambo yokukala, bathola ukuthi ngamafathome angama-20. Baphinda baqhubeka kancane, bayiphonsa futhi, base bethola ukuthi sekungamafathome ali-15.


Ngokuba awuthunywa kubantu abalulimi lwabo lulukhuni, lungaqondakali, kodwa uthunywa endlini yakwa-Israyeli,


Kepha indlu yakwa-Israyeli ayiyukukulalela futhi ayizimisele ukungilalela nami, ngokuba yonke indlu yakwa-Israyeli inebunzi elilukhuni nenhliziyo eqinile.


Awusayukubuye uzibone izidlova, abantu abakhuluma okungaqondakali nokungezwakali, abalulimi lukwitiza kungekho ongaluqonda.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ