Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 26:4 - IsiZulu 2020

4 Ziyakubhidliza izingange zeThire, zidilize imibhoshongo yalo. Ngiyakuyikhukhuluza imvithi yalo, ngilenze libe yidwala elingenalutho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Ziyakuchitha izingange zaseTire, zibhidlize imibhoshongo yalo; ngiyakukhukhuza umhlabathi walo kulo, ngilenze idwala eliyinyabule.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Bayochitha izingange zaseTire, babhidlize imibhoshongo yalo; ngiyokhulula uthuli lwalo kulo, ngimenze abe njengesiqongo sedwala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 26:4
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Isandla sakhe uselulele phezu kolwandle, wazamazamisa imibuso, uSimakade uyaleze ngeKhanani ukuba kudilizwe izinqaba zalo.


“Khuphukelani ezingangeni zalo, nilibhubhise, nokho ningaqothi imbokodo nesisekelo kulo; susani amagatsha alo, ngokuba akusiwo akaNkulunkulu.


Bayakuwuphanga umcebo wakho, bayithathe njengempango impahla yakho ohweba ngayo. Bayakuzibhidliza izingange zakho, badilize izindlu zakho ezinhle, balahle amatshe akho, imithi yakho, nemfucuza yakho emanzini.


Uyakubeka ezingangeni zakho imigoqo yakhe yokubhidliza, abhidlize imibhoshongo yakho ngemigxala yakhe.


Ngakho-ke ngiyakuthumela umlilo ogangeni eThire, uyakungqongqisa izinqaba zalo.”


IThire lazakhela inqaba, lanqwabela isiliva njengothuli, negolide elicolekileyo njengodaka emigwaqweni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ