Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 26:1 - IsiZulu 2020

1 Kwathi ngonyaka we-11, ngosuku lokuqala enyangeni, kwafika kimi izwi likaSimakade, lathi:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Kwathi ngomnyaka weshumi nanye ngolokuqala lwenyanga izwi likaJehova lafika kimi, lathi:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Kwathi ngomnyaka weshumi nanye, ngolokuqala lwenyanga, izwi likaJehova lafika kimi, lathi:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 26:1
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngonyaka we-11 wokubusa kukaZedekiya, ngenyanga yesine, ngosuku lwesishiyagalolunye lwayo, bafohla bangena emzini.


Ngosuku lwesihlanu lwenyanga, ngonyaka wesihlanu wokuthunjwa kukaJehoyakhini,


Kwathi ngonyaka wesikhombisa, ngenyanga yesihlanu, ngosuku lweshumi lwenyanga, kwafika amadoda angamalunga akwa-Israyeli ukuzobuza kuSimakade; ahlala phambi kwami.


Ngiyakuziphindiselela ngokwedlulele kubo, ngezijeziso zolaka lwami; bayakukwazi ukuthi nginguSimakade, lapho sengiziphindiselele kubo.’ ”


“Ndodana yomuntu, njengoba iThire likhulumile mayelana neJerusalema, lathi: ‘Ashila; liphukile isango lezizwe; seliphendukele kimi; ngiyakuphumelela njengoba lona seliyincithakalo,’


Ingcebo yakho, impahla yakho, abagwedli bakho, abakuvala izimfa, abahwebelana nawe; wonke amabutho, wonke akuwe, nesixuku sonke esikuwe bayakuphonseka phakathi olwandle ngosuku oyakuwa ngalo.


Ngonyaka weshumi, ngenyanga yeshumi, ngosuku lwe-12 enyangeni, izwi likaSimakade lafika kimi, lathi:


Kwathi ngonyaka wama-20, ngenyanga yokuqala, ngosuku lokuqala enyangeni, izwi likaSimakade lafika kimi, lathi:


Kwathi ngonyaka we-11, ngenyanga yokuqala, ngosuku lwesikhombisa, izwi likaSimakade lafika kimi, lathi:


Kwathi ngonyaka wesithupha, ngenyanga yesithupha, ngosuku lwesihlanu lwayo, ngihlezi endlini yami, namalunga akwaJuda ehlezi phambi kwami, isandla seNkosi uSimakade sehlela phezu kwami ngilapho.


Ngimbonile u-Efrayimi enjengeThire, etshalwe endaweni evundileyo, kepha u-Efrayimi uyakukhiphela izingane zakhe kumbulali.


Usho kanje uSimakade uthi: “Ngenxa yeziphambeko ezintathu zabaseThire, impela, ngenxa yezine, angiyukuguquka, ngokuba bathumba abantu ngothi lwabo babakhaphela ku-Edomi, bangasikhumbula isivumelwano sabafowabo.


limelene neHamathi elingumngcele kulo, neThire nesiSidoni, ngokuba kuhlakaniphe ngokwedlulele.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ