UHezekeli 17:9 - IsiZulu 20209 “Batshele uthi: ‘Isho kanje iNkosi uSimakade, ithi: “Ngabe uyakuphumelela na? Ukhozi aluyukuzisiphula yini izimpande zawo, lunqume izithelo zawo, ukuze ubune, kubune wonke amaqabunga abehlume kuwo, bese kungadingeki amandla amakhulu nabantu abaningi ukuba usishulwe nezimpande zawo na? အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE9 “Thana: ‘Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Uyakuphumelela na? Aluyikusiphula izimpande zawo, lunqume izithelo zawo, ukuze ubune, kubune onke amaqabunga ahlumelelayo, bese kungafuneki amandla amakhulu nabantu abaningi ukuwusiphula ngezimpande zawo, na? အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20249 Wena uthi: Itsho njalo iNkosi uJehova; Ingabe izochuma? Kayiyikusiphula yini izimpande zawo, iqume isithelo sawo, ukuze ubune? Uyobuna kuwo wonke amaqabunga omthombo wawo, ngisho ngaphandle kwamandla amakhulu noma abantu abaningi ukuwusiphula ngezimpande zawo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |