Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 10:9 - IsiZulu 2020

9 Ngase ngibona amasondo amane eceleni kwamakherubhi, isondo ngalinye limi eceleni kwekherubhi, ukubukeka kwamasondo kwakungathi kuyitshe lekhristolithe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Ngabona, bheka, nanko amasondo amane eceleni kwamakherubi, elinye isondo eceleni kwelinye ikherubi nelinye isondo eceleni kwelinye ikherubi; ukubonakala kwamasondo kwakunjengetshe lekrisolithe.*

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Ngabona, bheka, amasondo amane eceleni kwamakherubi, elinye isondo eceleni kwelinye ikherubi, nelinye isondo eceleni kwelinye ikherubi; ukubonakala kwamasondo kwakunjengombala wetshe lekrisolite.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 10:9
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Yileso naleso sinqe sasinamasondo amane ethusi, nemiphini yamasondo yethusi; nezinyawo ezine ezazinezindawo zokusekela umthwalo; lezi zindawo zokusekela zaziphansi komcengezi onemigexo yezimbali, ebhekene nawo wonke.


Amakherubhi ayebukeka efana nse, wonke enesondo phakathi kwelinye isondo.


Kwabonakala emakherubhini okwakufana nesandla somuntu, kungaphansi kwamaphiko awo.


Umzimba wakhe wawunjengekhrisolithe, nobuso bakhe bunjengokubonakala konyazi, namehlo akhe enjengezibani zomlilo, izingalo zakhe nezinyawo zakhe zinjengokubenyezela kwethusi eliphucuziweyo, nezwi lamazwi akhe linjengezwi lesixuku.


esesihlanu kuyisaridonikisi, esesithupha kuyisardiyu, esesikhombisa kuyikhrisolithe, esesishiyagalombili kuyibherile, esesishiyagalolunye kuyithophazi, eseshumi kuyikhrisophrasi, ese-11 kuyihiyakhinte, ese-12 kuyi-amethiste.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ