Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 10:8 - IsiZulu 2020

8 Kwabonakala emakherubhini okwakufana nesandla somuntu, kungaphansi kwamaphiko awo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Kwabonakala kuwo amakherubi isimo sesandla somuntu phansi kwamaphiko awo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Kwabonakala emakherubhini isimo sesandla somuntu phansi kwamaphiko awo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 10:8
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Elinye lamaserafi landizela kimi liphethe ilahle elivuthayo esandleni salo, elalilithathe ngodlawu e-althare.


Phansi kwamaphiko azo, ezinhlangothini zozine, zazinezandla zomuntu. Zozine, ubuso bazo namaphiko azo kwakunje:


Yilelo nalelo lalinobuso obune, amaphiko amane, nokufana nezandla zomuntu okwakungaphansi kwamaphiko awo.


Ikherubhi elaliphakathi kwamakherubhi lelulela isandla salo emlilweni owawuphakathi kwamakherubhi, lathatha omunye wawo, lawubeka ezandleni zendoda eyayembethe ilineni, eyawuthatha yaphuma nawo.


Ngase ngibona amasondo amane eceleni kwamakherubhi, isondo ngalinye limi eceleni kwekherubhi, ukubukeka kwamasondo kwakungathi kuyitshe lekhristolithe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ