Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 1:7 - IsiZulu 2020

7 Imilenze yazo yayiqondile, amathe ezinyawo zazo efana namathe ezinselo zethole, zazimenyezela njengethusi elicwebezelisiweyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 imilenze yazo yayiqondile, amathe ezinyawo zazo ayenjengamathe ezinyawo zethole; zazimenyezela njengethusi eliphucuziweyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Izinyawo zazo zaziyizinyawo eziqondile; amathe ezinyawo zazo ayenjengamathe onyawo lwethole, ayekhazimula njengombala wethusi elikhazimulayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 1:7
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

wenza umoya ube yizithunywa zakhe, izikhonzi zakhe zibe yilangabi lomlilo.


Isimo sezidalwa eziphilayo sasibukeka njengamalahle avutha umlilo, zivutha njengezibani, umlilo wawehla wenyuka phakathi kwezidalwa eziphilayo. Umlilo wawumenyezela kuphuma unyazi kuwo.


Wangiyisa khona; ngabona umuntu osimo sakhe sasinjengesimo sethusi; wayephethe intambo yelineni esandleni sakhe, nohlanga lokulinganisa, emi esangweni.


Umzimba wakhe wawunjengekhrisolithe, nobuso bakhe bunjengokubonakala konyazi, namehlo akhe enjengezibani zomlilo, izingalo zakhe nezinyawo zakhe zinjengokubenyezela kwethusi eliphucuziweyo, nezwi lamazwi akhe linjengezwi lesixuku.


zonke ezinezinselo ezehlukene, izinselo ezehlukene kabili, nezetshisayo emfuyweni, niyakuzidla.


ukuba kwehlukaniswe phakathi kokungcolileyo nokuhlanzekileyo, naphakathi kokuphilayo okungadliwa nalokho okungedliwe.’ ”


Izinyawo zakhe zazifana nethusi elikhazimula sengathi lisesithandweni somlilo, izwi lakhe linjengokuhlokoma kwamanzi amaningi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ