Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 1:5 - IsiZulu 2020

5 Kulokho kukhanya kwavela umfanekiso wezidalwa eziphilayo ezine, ezibukeka njengabantu,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Phakathi kwakho kwaphuma umfanekiso wezidalwa ezine, nesimo sazo sasiyilesi: zafana nabantu,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Kulowo futhi kwavela umfanekiso wezidalwa ezine eziphilayo. Futhi lokhu kwakuyisimo sabo; babenesimo somuntu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 1:5
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngaphezu komkhathi owawuphezu kwamakhanda azo kwakukhona okungathi yitshe lesafire, libukeka njengesihlalo sobukhosi. Phezu kwesihlalo sobukhosi kwakukhona okufana nomuntu.


Amakherubhi ayesephakama, kwakuyilezo zidalwa eziphilayo engazibona ngasemfuleni iKhebhari.


Kwakuthi uma amakherubhi ema, namasondo ame nse, kuthi uma ephakama, nawo aphakame, ngokuba umoya wezidalwa eziphilayo wawukuwo.


Yilezo izidalwa eziphilayo engazibona phansi kukaNkulunkulu ka-Israyeli, ngasemfuleni iKhebhari, ngazi ukuthi zazingamakherubhi.


Ngase ngizwa kusengathi yizwi phakathi kwezidalwa ezine lithi: “Imbenge kakolo ngodenariyu, nezimbenge ezintathu zebhali ngodenariyu, kodwa amafutha newayini ungakoni.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ