Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UHezekeli 1:2 - IsiZulu 2020

2 Ngosuku lwesihlanu lwenyanga, ngonyaka wesihlanu wokuthunjwa kukaJehoyakhini,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Ngolwesihlanu lwenyanga ngomnyaka wesihlanu wokuthunjwa kukaJehoyakini

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Ngosuku lwesihlanu lwenyanga, okwakungumnyaka wesihlanu wokuthunjwa kwenkosi uJehoyakini,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UHezekeli 1:2
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“Ake ukhulume kuyo indlu ka-Israyeli ehlubukayo, uthi: ‘Anazi yini ukuthi lezi zinto ziyini na?’ Yisho uthi: ‘Inkosi yaseBhabhele yaya eJerusalema, yathumba inkosi yalo nezikhulu zakhona, yaziyisa kanye nayo eBhabhele.


Kwathi ngonyaka wesikhombisa, ngenyanga yesihlanu, ngosuku lweshumi lwenyanga, kwafika amadoda angamalunga akwa-Israyeli ukuzobuza kuSimakade; ahlala phambi kwami.


Ngonyaka weshumi, ngenyanga yeshumi, ngosuku lwe-12 enyangeni, izwi likaSimakade lafika kimi, lathi:


Kwathi ngonyaka wama-20, ngenyanga yokuqala, ngosuku lokuqala enyangeni, izwi likaSimakade lafika kimi, lathi:


Kwathi ngonyaka we-11, ngenyanga yesithathu, ngosuku lokuqala enyangeni izwi likaSimakade lafika kimi, lathi:


Kwathi ngonyaka we-12 wokuthunjwa kwethu, ngosuku lweshumi enyangeni, kwafika kimi ophunyukileyo eJerusalema, wathi: “Umuzi unqotshiwe.”


Kwathi ekuqaleni konyaka wama-25 sisekuthunjweni, ngosuku lweshumi enyangeni, ngonyaka we-14 emva kokunqotshwa komuzi, kwathi ngalolo lusuku isandla sikaSimakade saba phezu kwami, wangiyisa lapho.


Kwathi ngonyaka wesithupha, ngenyanga yesithupha, ngosuku lwesihlanu lwayo, ngihlezi endlini yami, namalunga akwaJuda ehlezi phambi kwami, isandla seNkosi uSimakade sehlela phezu kwami ngilapho.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ