UHabakuki 1:3 - IsiZulu 20203 Kungani ungibonisa ububi, uthalalise ngenkathazo na? Imbubhiso nobudlova kuphambi kwami; kukhona ukulwa nombango okudlangile. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE3 Ungiboniselani ububi, ungibhekise ukukhathazeka na? Ngokuba ukuchitheka nendluzula kuphambi kwami; kukhona ukulwa, ukuxabana kuyaqhamuka. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20243 Kungani umemezela ububi bami futhi ungenze ngibone isikhalo? ngokuba impango nobudlova kuphambi kwami, futhi kukhona abavusa ukuxabana nokuxabana. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |