Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 7:15 - IsiZulu 2020

15 Kwangena emkhunjini kaNowa ngakubili konke okuphefumulayo,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Zangena kuNowa emkhunjini zimbili ngazimbili enyameni yonke okukuyo umoya wokuphila.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Zangena kanye noNowa emkhunjini, ngambili enyameni yonke okukuyo umoya wokuphila.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 7:15
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwangena zonke izilwane zasendle ngezinhlobo zazo, nezilwane ezifuywayo ngezinhlobo zazo, ezihuquzelayo emhlabeni ngezinhlobo zazo, nazo zonke izinyoni zezulu ngezinhlobo zazo, nakho konke okunamaphiko.


njengalokhu uNkulunkulu ayemyalile uNowa, kwangena iduna nensikazi, kukho konke okuphilayo. Esengenile uNowa, uSimakade wavala umnyango.


zangena emkhunjini ngazimbili, iduna nensikazi kanye noNowa njengokuba uNkulunkulu ayeshilo kuye.


Inkentshane liyoquba newundlu, ingwe ibuthise ndawonye nezinyane lembuzi, ithole nebhongo lengonyama; kukhuluphaliswe ndawonye, kuqhutshwe yingane encane.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ