Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 45:26 - IsiZulu 2020

26 Bambikela bathi: “UJosefa usaphila, ungumbusi walo lonke iGibhithe.” UJakobe waphela amandla, wakhungatheka, akaze abakholwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Bamtshela bathi: “UJosefa usekhona, ungumbusi ezweni lonke laseGibithe.” Inhliziyo yakhe yayisiphela amandla, ngokuba akakholwanga yibo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

26 Wamtshela wathi: “UJosefa usekhona, ungumbusi wezwe lonke laseGibithe.” Inhliziyo kaJakobe yaphela, ngokuba engabakholwanga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 45:26
17 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bathatha ingubo kaJosefa ende, base behlaba impongo, bacwilisa ingubo kaJosefa egazini layo.


Onke amadodana namadodakazi akhe, afika ukuzomduduza, kepha kwanhlanga zimuka nomoya. Wathi: “Ngiyoze ngiye kwelabafileyo ngisayililela indodana yami.” Waqhubeka nokuyililela indodana yakhe.


Sebefike kuyise uJakobe eKhanani, bamlandisa ngakho konke okwakubehlele, bathi:


Uyise uJakobe wayesethi kubo: “Niyangephuca abantwana bami; uJosefa akasekho, noSimeyoni akasekho, manje senifuna ukuthatha noBhenjamini; konke lokhu kungaphezu kwamandla ami.”


UJakobe wathi: “Indodana yami ayiyukwehla nani, ngokuba umfowabo ufile, manje nguye yedwa osele, uma ehlelwa yingozi endleleni, niyokwenza ukuba ngiye kwelabafileyo nginomunyu.”


omunye sewangishiya, sengize ngakuvuma ukuthi impela sewafa, wadweshulwa yisilwane sasendle, futhi angikaze ngiphinde ngimbone kuze kube namuhla lokhu.


Base bephuma, bakhuphuka eGibhithe baze bayofinyelela kuyise uJakobe eKhanani.


U-Israyeli wathi kuJosefa: “Ngangingasalindele ukuthi ngiyophinde ngibubone ubuso bakho. Manje bheka, uNkulunkulu ungivumele ukuba ngibone ngisho nabantwana bakho imbala.”


Ngabahleka bangakholwa, ukuchachamba kobuso bami abakuqedanga.


Uma bengimbizile wase engiphendula, angikholwa ukuthi ulilalele izwi lami.


Wamenza umphathi wendlu yakhe, nenduna yezinto zakhe zonke,


Ngesikhathi uSimakade ekhulula uZiyoni, sasifana nabaphuphayo.


“Lapho ngiphelelwa ngamandla ngamkhumbula uSimakade, umkhuleko wami wafinyelela kuwe, ethempelini lakho elingcwele.


Kepha lawo mazwi eyefana nembudane nje kubaphostoli, abawakholwanga neze.


bethi: “Nembala iNkosi ivukile, izibonakalisile kuSimoni.”


Kepha babengakholwa ngenxa yentokozo nokumangala, wathi kubo: “Ninakho yini ukudla lapha na?”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ