Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 43:2 - IsiZulu 2020

2 Kuthe sekuphelile okusanhlamvu ababekade bekulande eGibhithe, uyise wathi kubo: “Phindelani niyosithengela okunye ukudla.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Kwathi sebeqedile amabele ababewathengile eGibithe, uyise wathi kubo: “Buyelani, nisithengele ukudlana.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Sebedlile ukolweni ababewulande eGibithe, uyise wathi kubo: “Buyelani, nisithengele ukudla.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 43:2
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

bathi: “Mnumzane, sicela uxolo. Safika lapha ekuqaleni sizothenga ukudla.


UJuda wathi kuye: “Lowaya muntu waseGibhithe wafunga wagomela, wathi: ‘Ngeke nibubone ubuso bami ngaphandle kokuba nibuye nomfowenu.’


Uma umthumela nathi, siyakwehla sithenge ukudla.


Ubaba wathi: ‘Buyelani niyosithengela ukudla.’


Okuncane nje kanye nokumesaba uSimakade, kungcono kunengcebo eningi ehambisana nokukhathazeka okuningi.


Ukuzidla kwendulela ukuwa, nomoya oziqhenyayo wandulela ukubhadazela.


Ubona insimu, ayithenge; ngezikhwepha zakhe, utshala isivini.


Kodwa uma umuntu engabondli abakubo, ikakhulu abomndeni wakhe, ukulahlile ukukholwa, mubi ukwedlula nongakholwa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ