Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 41:4 - IsiZulu 2020

4 Kwathi lezo ezibukeka kabi ezondileyo zadla lezo ezibukeka kahle ezondlekileyo. Wayesephaphama uFaro.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Izithole ezibukeka kabi ezondileyo zadla izithole ezibukeka kahle ezikhulupheleyo. Wayesephaphama uFaro.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Izinkomo ezimbi nezondile zidlile izinkomo eziyisikhombisa ezinhle nezinonileyo. Ngakho uFaro waphaphama.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 41:4
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwase kwenyuka emfuleni izinkomazi eziyisikhombisa ezibukeka kahle, zikhuluphele, zadla emhlangeni.


Kwaphinde kwenyuka emfuleni ezinye izinkomazi eziyisikhombisa, ezazibukeka kabi, zondile, zema eduze kwalezo ezazisosebeni lomfula.


Walala, wabuye waphupha okwesibili. Bheka, kwahluma izikhwebu eziyisikhombisa ohlangeni olulodwa, zizinhle, futhi sezivuthiwe.


USolomoni wayesephaphama; lokho kwakuyiphupho; wasuka lapho wabuyela eJerusalema. Wafike wema phambi komphongolo wesivumelwano sikaSimakade, wanikela ngeminikelo yokushiswa, nangeminikelo yokuthula, wenzela izinceku zakhe zonke idili.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ