UGenesise 41:30 - IsiZulu 202030 Kuyolandela iminyaka eyisikhombisa yendlala, eyokwenza iminyaka yenala ikhohlweke eGibhithe, iyolikhahlameza kakhulu lonke izwe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE30 Emva kwayo iyakuvela iminyaka eyisikhombisa yendlala; iyakukhohlakala inala yonke ezweni laseGibithe; indlala iyakuliqeda izwe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202430 Emva kwayo kuyakuvela iminyaka eyisikhombisa yendlala; futhi yonke inala iyokhohlakala ezweni laseGibhithe; indlala iyakudla izwe; အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
UGadi wafika kuDavide wambikela, wathi kuye: “Izofika yini kuwe: iminyaka eyisikhombisa yendlala ezweni lakini, noma izinyanga ezintathu ubaleka ezitheni eziyobe zilokhu zikuxoshile, noma izinsuku ezintathu zobhubhane ezweni lakini na? Manje-ke, cabangisisisa, unqume ukuthi mpendulo yini engizokuyibuyisela kongithumileyo.”