Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 41:3 - IsiZulu 2020

3 Kwaphinde kwenyuka emfuleni ezinye izinkomazi eziyisikhombisa, ezazibukeka kabi, zondile, zema eduze kwalezo ezazisosebeni lomfula.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Nazo ezinye izithole eziyisikhombisa zenyuka emfuleni emva kwazo, zibukeka kabi, zondile; zema kwezinye izithole ogwini lomfula.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Bheka, kwakhuphuka ezinye izithole eziyisikhombisa emfuleni emva kwazo, zibukeka kabi, zondile; wema nezinye izinkomo onqenqemeni lomfula.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 41:3
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Emva kwazo kwase kukhuphuka ezinye izinkomazi eziyisikhombisa ezondileyo zibukeka kabi. Angikaze ngizibone izinkomazi ezimbi ngale ndlela kulo lonke iGibhithe.


Kwase kwenyuka emfuleni izinkomazi eziyisikhombisa ezibukeka kahle, zikhuluphele, zadla emhlangeni.


Kwathi lezo ezibukeka kabi ezondileyo zadla lezo ezibukeka kahle ezondlekileyo. Wayesephaphama uFaro.


Amadolo ami ayaxega ngenxa yokuzila ukudla, nomzimba wami awusanonophele.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ