UGenesise 41:27 - IsiZulu 202027 Izinkomazi eziyisikhombisa ezondileyo nezibukeka kabi ezakhuphuka emva kwezinye, ziyiminyaka eyisikhombisa, kanjalo nezikhwebu eziyisikhombisa ezizacileyo, zashiswa ngumoya weshisandlu wasempumalanga, ziyiminyaka eyisikhombisa yendlala. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE27 Izithole ezondileyo ezimbi ezakhuphuka emva kwazo ziyiminyaka eyisikhombisa kanye nezikhwebu ezincane, ezihamukile ngumoya wasempumalanga; ziyiminyaka eyisikhombisa yendlala. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202427 Izinkomo eziyisikhombisa ezacile nezibuthakathaka ezakhuphuka emva kwazo zazineminyaka eyisikhombisa ubudala; imithambo eyisikhombisa engenalutho evunguza umoya wasempumalanga iyakuba yiminyaka eyisikhombisa yendlala. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |