Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 40:20 - IsiZulu 2020

20 Kwathi ngosuku lwesithathu, okwakulusuku lokuzalwa kukaFaro, uFaro wenzela zonke izinceku zakhe idili. Waphakamisa phambi kwazo izikhulu zakhe, induna yabaphathindebe, nenduna yababhakizinkwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Kwathi ngosuku lwesithathu, usuku lokuzalwa kukaFaro, wazenzela izinceku zakhe zonke idili, waphakamisa ikhanda lenduna yabaphathizitsha nelenduna yabaphekizinkwa phakathi kwezinceku zakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Kwathi ngosuku lwesithathu kwakuwusuku lokuzalwa kukaFaro, wazenzela izinceku zakhe zonke idili;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 40:20
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Umntwana wakhula, walunyulwa ebeleni; u-Abhrahama wenza idili elikhulu mhla u-Isaka elunyulwa.


zingakapheli izinsuku ezintathu uFaro uzokuphakamisa, akubuyisele esikhundleni sakho, uzomnika indebe yakhe esandleni, njengoba wawenza ngesikhathi usengumphathindebe.


ezinsukwini ezintathu uFaro uzokunquma ikhanda, akuphanyeke esigxotsheni, izinyoni zezulu zidle inyama yakho.”


USolomoni wayesephaphama; lokho kwakuyiphupho; wasuka lapho wabuyela eJerusalema. Wafike wema phambi komphongolo wesivumelwano sikaSimakade, wanikela ngeminikelo yokushiswa, nangeminikelo yokuthula, wenzela izinceku zakhe zonke idili.


Kwathi ngonyaka wama-37 athunjwa uJehoyakini, inkosi yakwaJuda, ngenyanga ye-12, ngosuku lwama-27 lwayo, u-Evili Merodaki, inkosi yaseBhabhele, ngonyaka wakhe wokuqala eyinkosi, wamkhulula ejele uJehoyakini, inkosi yakwaJuda.


kwathi ngonyaka wesithathu wokubusa kwayo, yenzela zonke izikhulu zayo nezinceku zayo idili, abombutho wempi yasePheresiya naseMediya, izikhulu nababusi bezifundazwe, babelapho.


Emveni kwalokho uJobe wakhuluma; waqalekisa usuku lwakhe.


Kwaze kwaba yisikhathi elagcwaliseka ngaso izwi lakhe, izwi likaSimakade lamhola.


Kwathi ngonyaka wama-37 wokuthunjwa kukaJehoyakini, inkosi yakwaJuda, ngenyanga ye-12, ngolwama-25 nanhlanu lwenyanga, u-Evili Merodakhi, inkosi yaseBhabhele; ngonyaka wokuqala wokubusa kwakhe, wamxolela uJehoyakini, inkosi yakwaJuda, wamkhipha ejele.


Kepha ngosuku lokuzalwa kukaHerode, indodakazi kaHerodiya yasina phambi kwabo, yamjabulisa uHerode,


“Emveni kwesikhathi eside, yabuya inkosi yalezo zinceku, yalandisana nazo.


Ekugcineni lwafika olungaliyo, lapho uHerode ngosuku lwakhe lokuzalwa wenzela izikhulu zakhe idili; izinduna zempi nabanumzane baseGalile;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ