Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 40:11 - IsiZulu 2020

11 Indebe kaFaro ibisesandleni sami; ngawathatha amagilebhisi ngawakhamela endebeni kaFaro, ngase ngimnika esandleni uFaro.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Indebe kaFaro yayisesandleni sami; ngathatha izithelo zomvini, ngazikhamela endebeni kaFaro, indebe ngayinikela esandleni sikaFaro.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

11 indebe kaFaro yayisesandleni sami; ngathatha izithelo zomvini, ngazikhamela endebeni kaFaro, ngayinikela indebe esandleni sikaFaro.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 40:11
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Emveni kwalezo zinto umphathindebe wenkosi yaseGibhithe nombhakizinkwa bona enkosini yabo, inkosi yaseGibhithe.


emvinini kukhona amagatsha amathathu. Kwathi eqeda nje ukubumba ayeseqhakaza, kwavela amahlukuzo amagilebhisi avuthiweyo kuwo.


UJosefa wathi kuye: “Nansi-ke incazelo yalo: amagatsha amathathu ayizinsuku ezintathu;


Wayibuyisela induna yabaphathindebe esikhundleni sayo, yabuye yanika uFaro indebe esandleni,


Ubophela ithole lembongolo yakhe emvinini, nethole lembongolo emvinini wekhethelo. Uhlanza izingubo zakhe ewayinini, nezambatho zakhe ngegazi lezithelo zomvini.


ukudla okwakusetafuleni lakhe, indlela izinceku zakhe ezazihlala ngayo, ukuma kwezikhonzi zakhe, izembatho zazo, abaphathizitsha bakhe, umnikelo wakhe wokushiswa ayewunikela endlini kaSimakade, yabamba ongezansi.


ukudla okusetafuleni lakhe, indlela izinceku zakhe ezazihlala ngayo, nezazima ngayo, izembatho zazo, abaphathizitsha nezembatho zabo, negumbi lakhe eliphezulu endlini kaSimakade, ayibange isaba nalutho olunye engalusho.


Nkosi, ake ubeke indlebe yakho emthandazweni wenceku yakho nasemithandazweni yezinceku zakho ezikuthokozelayo ukudumisa iGama lakho. Iphumelelise inceku yakho namuhla, uyiphe umusa phambi kwalo muntu.” Ngaleso sikhathi ngangingumphathindebe wenkosi.


ukuze izinqolobane zakho ziphuphume ngobuningi bomkhiqizo, nezikhamo zakho zichichime iwayini elisha.


“Ungaphuzi wayini naluphuzo olunamandla, wena namadodana akho, nxa ningena ethendeni lokuhlangana, ukuze ningafi; kuyakuba yisimiso esiphakade ezizukulwaneni zenu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ