Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 40:10 - IsiZulu 2020

10 emvinini kukhona amagatsha amathathu. Kwathi eqeda nje ukubumba ayeseqhakaza, kwavela amahlukuzo amagilebhisi avuthiweyo kuwo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 emvinini kwakukhona amagatsha amathathu; wahluma qede wakhahlela, amahlukuzo awo athela izithelo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Emvinini kwakukhona izicucu ezintathu, okungathi umile, uqhakazile izimbali; amahlukuzo awo athela izithelo zomvini ezivuthiwe;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 40:10
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Indebe kaFaro ibisesandleni sami; ngawathatha amagilebhisi ngawakhamela endebeni kaFaro, ngase ngimnika esandleni uFaro.”


Ngakho-ke induna yabaphathindebe yamtshela uJosefa iphupho layo. Yathi kuye: “Ephusheni lami bekunesihlahla somvini phambi kwami,


Ngehlele esivandeni samantongomane ukuyobona izithelo eziluhlaza esihosheni, nokubona ukuthi ngabe umvini usuqhakazile namahananadi asekhahlele.


Ngakusasa uMose waya ethendeni lobufakazi; bheka, intonga ka-Aroni yendlu kaLevi yayihlumile, yaveza imiqumbe, yaqhakaza izimbali, yathela ama-alimondi avuthiweyo.


Kepha uHerode esekuzwile lokho, wathi: “UJohane, lo engamnquma ikhanda, uvusiwe.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ