Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 4:20 - IsiZulu 2020

20 U-Ada wazala uJabhali, ukhokho walabo abahlala emathendeni abangabafuyi bemihlambi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 U-Ada wazala uJabale; yena waba nguyise wabahlala ematendeni, befuya izinkomo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

20 U-Ada wazala uJabali; waba nguyise wabahlala ematendeni nabafuya izinkomo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 4:20
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bakhula abafana, u-Esawu waba yiphisi, ekhonze ukuhlala endle; uJakobe wayengumuntu othule engumnqolo, ehlala emathendeni.


ULameki waganwa ngabafazi ababili, u-Ada noZila.


Wabuye wazala enye indodana wayiqamba ngokuthi ngu-Abela. U-Abela wayengumelusi, uKhayini engumlimi.


Igama lomnawakhe nguJubhali. Yena wayengukhokho walabo ababengababethi bogubhu nomtshingo.


Nina-ke ningabakayihlo usathane, nithanda ukufeza izifiso zakhe. Yena wayengumbulali kwasekuqaleni, akami eqinisweni, ngokuba iqiniso alikho kuye. Uma ekhuluma amanga, usuke ekhuluma into yakhe, ngokuba ungumqambimanga noyise wamanga.


Ngokukholwa, waba ngumfokazi ezweni lesithembiso, izwe angalazi, ehlala emathendeni beno-Isaka noJakobe, ababeyizindlalifa kanye naye zaleso sithembiso,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ