Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 39:11 - IsiZulu 2020

11 Langa limbe lapho uJosefa engena endlini ezosebenza, kungekho muntu omunye endlini,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Kwathi ngosuku lumbe engena endlini ukuyokwenza imisebenzi yakhe, kungekho lapho phakathi noyedwa owendlu,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Ngaleso sikhathi uJosefa wangena endlini ukwenza umsebenzi wakhe; kwakungekho phakathi kwamadoda endlu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 39:11
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Nakuba umkaPotifari wayembelesela uJosefa imihla ngemihla, kodwa akavumanga ukulala naye, noma abe ndawonye naye.


umkaPotifari wamdumela, wabamba ingubo yakhe, wathi: “Lala nami,” kodwa uJosefa waphulukundlela, washiya isembatho sakhe ezandleni zakhe, wabaleka, waphumela phandle.


Iso lesiphingi lilindela ukuhlwa, lithi: ‘Akukho liso elisazakungibona,’ bese sizemboza ubuso.


“Amanzi okwebiwa amnandi, nesinkwa esidlelwa esithe siyenamisa.”


“Ukhona yini ongacasha ezindaweni ezisithekileyo ukuze ngingamboni na?” kusho uSimakade. “Angiligcwalisi yini izulu nomhlaba na?” kusho uSimakade.


“Ngiyakusondela kini ukuzokwehlulela. Ngiyakushesha ngifakaze ngimelane nabalumbi, iziphingi, abafunga amanga, nababamba umholo womqashwa ngokungafanele, bacindezele abafelokazi nezintandane, babaphathe kabi abafokazi, futhi nami bangangesabi,” kusho uSimakade Wamabandla.


ngokuba lokho okwenziwa esithe kuyihlazo ngisho nokukhuluma ngakho,


Kepha ubufebe, nakho konke ukungcola, noma umhobholo, makungaphathwa neze phakathi kwenu, njengoba kufanele abangcwele,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ