Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 38:1 - IsiZulu 2020

1 Ngaleso sikhathi uJuda wabashiya abafowabo, wayohlala nomuntu wase-Adulama okuthiwa nguHira.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Kwathi ngaleso sikhathi uJuda wasuka kubafowabo, wehla, waya kumuntu wase-Adulamu ogama lakhe linguHira.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Ngaleso sikhathi uJuda wehla kubafowabo, wangena nomuntu wase-Adulamu, ogama lakhe linguHira.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 38:1
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Emveni kwesikhathi wafa umkaJuda, indodakazi kaShuwa. UJuda esemzilele umkakhe, wakhuphukela kubagundi bezimvu zakhe eThimna, enomngani wakhe uHira wase-Adulamu.


UJuda wayesethumela izinyane lembuzi ngesandla somngani wakhe wase-Adulamu, ukuze kubuye izimpahla zakhe ayebambise ngazo kowesifazane, kodwa akamtholanga.


Kwase kwehla abathathu kwabangama-30, abayizinhloko, bafika kuDavide esemgedeni e-Adulamu ngesikhathi sokuvuna. Impi yamaFilisti yayikanise esigodini samaRefa.


Kwathi ngelinye ilanga u-Elisha wadlula eya eShunemi lapho kwakukhona owesifazane ocebileyo. Owesifazane wamncenga ukuba adle isinkwa. Kwakuthi njalo uma edlula aphambukele khona ukuba adle.


Ohamba nabahlakaniphileyo uyakuhlakanipha, kepha ongumngani weziwula uyolimala.


Shiyani izinto zobuwula, niphile, nihambe ngendlela yokuqonda.


Nina zakhamuzi zaseMaresha, ngizakunithumelela futhi umthumbi, udumo luka-Israyeli luyakufika e-Adulami.


inkosi yaseLibhina: iyodwa; inkosi yase-Adulamu: iyodwa;


UJayeli waphuma wamhlangabeza uSisera, wathi kuye: “Phambukela ngapha, nkosi yami, phambukela ngakimi, ungesabi.” Wayesephambukela kuye ethendeni, wayesemmboza ngengubo.


UDavide wasuka lapho, wabalekela emgedeni e-Adulamu. Abafowabo nabo bonke abendlu kayise bekuzwa lokho, behlela khona, baya kuye.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ