Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 37:22 - IsiZulu 2020

22 Ningalichithi igazi! Mphonseni emgodini khona lapha ehlane, ningambeki isandla!” Wayefuna ukumphephisa kubo ukuze amphindisele kuyise.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 URubeni wathi kubo: “Ningachithi gazi; mphonseni kulo mgodi osehlane, ningabeki isandla kuye,” ukuba amophule esandleni sabo, ambuyisele kuyise.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

22 URubeni wathi kubo: “Ningachithi gazi, kepha mphonseni kulo mthombo osehlane, ningabeki isandla kuye; ukuze amkhulule esandleni sabo, ambuyisele kuyise.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 37:22
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Yathi: “Ungamthinti umfana, ungamenzi lutho, ngoba manje sengiyazi ukuthi ungumuntu omesabayo uNkulunkulu, ngokuba awungigodlelanga indodana yakho eyodwa.”


URubeni ekuzwa lokho, wazama ukumphephisa kubo, wathi: “Asingambulali.


Uthe lapho uJosefa efika kubafowabo, bamhlubula ingubo yakhe ayeyigqokile embalabala, enemikhono emide.


URubeni wabaphendula wathi: “Angishongo yini ukuthi: ‘Ningakwenzi okuyisono kumfana,’ nangangilalela na? Manje igazi lakhe selifuneka kithi.”


UNkulunkulu akazenzakalisanga izikhulu zabantu bakwa-Israyeli, kodwa zambona, zadla, zaphuza.


U-Elinathani, uDelaya noGemariya babeyinxusile inkosi ukuba ingawushisi umqulu, kodwa ayibalalelanga.


Kuthe uPilatu esebona ukuthi akukho angakwenza, futhi sekuqala isiyaluyalu, wathatha amanzi, wageza izandla phambi kwesixuku, wathi: “Anginacala egazini lalo muntu; ziboneleni nina.”


Ngaleso sikhathi uHerode inkosi welula isandla sakhe ukuba ahluphe abathile bebandla.


kepha niyombulala impela. Nguwena oyogalela kuqala bese kulandela bonke abantu lapho ebulawa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ