Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 37:20 - IsiZulu 2020

20 Wozani siyibulale, siyiphonse komunye wemigodi, bese sithi kubaba: ‘Udliwe yisilwane esibi sasendle,’ sibone-ke ukuthi amaphupho akhe ayofika kuphi.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Ngalokho wozani, siyibulale, siyiphonse komunye wemigodi, bese sithi: ‘Isilwane esibi siyidlile,’ sibone ukuthi azakuba yini amaphupho ayo.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Wozani manje simbulale, simphonse emgodini othile, sithi: ‘Udliwe yizilwane ezimbi, sibone ukuthi ayakuba yini ngamaphupho akhe.’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 37:20
25 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bathi omunye komunye: “Nansi inyanga yamaphupho iza.


UJuda wathi kubafowabo: “Siyozuzani ngokubulala umfowethu, bese sifihla igazi lakhe na?


Bayithumela ingubo ende enemibala ehlukene kuyise, bathi: “Nakhu esikutholile. Ake uhlolisise ubone ukuthi akusiyona yini ingubo yendodana yakho na?”


UJakobe eyibona, wathi: “Yingubo yendodana yami le. Isilwane esibi sasendle simdlile. Simdwengulile uJosefa waba yizicucu.”


UJosefa wathi kubafowabo: “NginguJosefa. Ubaba usaphila na?” Abafowabo abakwazanga ukumphendula, ngoba babethuke kakhulu.


Esesendleleni ibhubesi lahlangana naye, lambulala, isidumbu sakhe satshingwa endleleni, imbongolo yakhe yema eduze kwaso, kanjalo nebhubesi lama eceleni kwaso.


Waphenduka, wababona, wabaqalekisa egameni likaSimakade, kwase kuphuma ehlathini amabhere ezinsikazi amabili abadwengula labo bafana ababengama-42.


Badudana ngecebo elibi, bahlele ukucupha izingibe, bethi: “Siyobonwa ngubani na?”


Ndodana yami, uma izoni zikuyenga, ungavumi,


ngoba izinyawo zabo zigijimela ebubini, bayashesha ukuchitha igazi.


Ofihla inzondo unezindebe zamanga; odalula umbiko omubi uyisiwula.


Ulaka lungulunya nentukuthelo iyisikhukhula, kepha ngubani ongema phambi komhawu na?


Ofihla iziphambeko zakhe akayukuphumelela, kepha ozivumayo azishiye uyakuthola umusa.


Ngamehlo azidlayo, ulimi lwamanga, izandla ezichitha igazi elingenacala;


ngokuba nithe: “Senze isivumelwano nokufa, sivumelene nendawo yabafileyo; lapho isiswebhu esiyishoba sedlula, asiyukuza kithi, ngoba amanga siwenze ayisiphephelo sethu, sacasha phansi kwenkohlakalo.”


Uma nginitshelile ngokomhlaba, kanakholwa; pho ningakholwa kanjani uma nginitshela ngokwasezulwini na?


Ngokuba nathi kade sasiyiziwula, singalaleli, sidukiswa, siyizigqila zezinkanuko nokutamasa okunhlobonhlobo, siphila ebubini, sinomona, sizondwa futhi sizondana.


Ngakho-ke bheka, ngiyazi, ngiqinisekile ukuthi uyakuba yinkosi, nokuthi umbuso ka-Israyeli uyakuqiniswa esandleni sakho.


USawule wasuka wehlela ehlane eZifi ukuyofuna uDavide ehlane, ehamba nabantu abakhethiweyo bakwa-Israyeli abayizi-3 000.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ