UGenesise 37:14 - IsiZulu 202014 Wathi kuye: “Hamba uyobona ukuthi abafowenu nemfuyo basaphatheke kahle yini, bese ungilethela umbiko.” Wamthuma esuka esigodini eHebhroni, waze wayofika eShekhemu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE14 Wayesethi kuye: “Hamba-ke, ubone ukuthi basahlezi kahle yini abafowenu nomhlambi, uze ungibuyisele izwi.” Wamthuma esuka esigodini saseHebroni, waze wafika eShekemi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202414 Wathi kuye: “Hamba, ubheke ukuthi basahlezi kahle yini abafowenu nomhlambi; futhi ungilethele izwi futhi. Wamthuma esuka esigodini saseHebroni, wafika eShekemi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |