Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 36:2 - IsiZulu 2020

2 U-Esawu wathatha abafazi emadodakazini amaKhanani: u-Ada, indodakazi ka-Eloni, umHithi, no-Oholibhama, indodakazi ka-Ana, indodakazi kaZibhiyoni, umHivi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 U-Esawu wazithathela abafazi kuwo amadodakazi aseKhanani: u-Ada indodakazi ka-Eloni umHeti, no-Oholibama indodakazi ka-Ana, indodakazi kaSibeyoni umHivi,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

2 U-Esawu wathatha abafazi bakhe emadodakazini aseKhanani; u-Ada, indodakazi ka-Eloni umHeti, no-Oholibama, indodakazi ka-Ana, indodakazi kaTsibeyoni umHivi;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 36:2
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

URibheka wayesethi ku-Isaka: “Ngikhathazekile ngempilo yami ngenxa yabesifazane bamaHithi. Uma uJakobe naye engase aganwe ngenye yezintombi zamaHithi akule ndawo, ngiyothi ngisaphilelani na?”


u-Esawu waya ku-Ishmayeli, wathatha uMahalathi, indodakazi ka-Ishmayeli, indodana ka-Abhrahama, ongudadewabo kaNebhayothi, wengeza ngaye ebafazini bakhe.


Lawa kwakungamadodana ka-Oholibhama indodakazi ka-Ana, engumzukulu kaZibhiyoni, umka-Esawu, kwakunguJewushi, uJalamu, noKhora.


Amadodana kaZibhiyoni kwakungu-Ayiya no-Ana. U-Ana nguye owathola iziphethu zamanzi ashisayo ehlane, mhla eluse izimbongolo zikayise, u-Zibhiyoni.


Laba ngabantwana baka-Ana: uDishoni, no-Oholibhama owayeyintombazana.


Wabuye waganwa nguBhasematha indodakazi ka-Ishmayeli, udadewabo kaNebhayothi.


wayesethi: “Uqalekisiwe uKhanani! Uyoba yisigqila sezigqila kubafowabo.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ