Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 30:26 - IsiZulu 2020

26 Ngikhululele nomkami nabantwana bami engibasebenzeleyo ngihambe, ngokuba uyazi ukuthi ngikusebenzele kangakanani.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Ngiphe omkami nabantwana bami engikusebenzele ngabo, ngihambe, ngokuba uyawazi umsebenzi engikwenzele wona.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

26 Nginike abafazi bami nabantwana bami engikukhonze ngenxa yabo, ngihambe, ngokuba uyayazi inkonzo yami engikwenzele yona.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 30:26
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJakobe wamthanda uRaheli, wayesethi kuLabani: “Ngizokukusebenzela iminyaka eyisikhombisa ngoRaheli indodakazi yakho encane.”


UJakobe walala noRaheli, wamthanda kakhulu uRaheli ukwedlula uLeya. Wasebenzela uLabani eminye futhi iminyaka eyisikhombisa.


ULabani wathi kuJakobe: “Yini le nto oyenzileyo na? Ungikhohlisile, wathatha amadodakazi ami ngokungathi athunjwe ngenkemba.


UJakobe waphendula uLabani wathi: “Yingoba bengesaba, ngicabanga ukuthi uzongephuca amadodakazi akho ngendluzula.


Nani niyazi ukuthi uyihlo ngimsebenzele ngokuzikhandla kangakanani,


UJakobe wabalekela e-Aramu, u-Israyeli wasebenzela umfazi, welusa umhlambi ukuze athathe umfazi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ