Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 28:8 - IsiZulu 2020

8 Kuthe lapho sekumkhanyela u-Esawu ukuthi abesifazane baseKhanani abamgculisi uyise u-Isaka,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 khona u-Esawu wabona ukuthi amadodakazi aseKhanani mabi emehlweni ka-Isaka uyise,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

8 U-Esawu ebona ukuthi amadodakazi aseKhanani ayemahle u-Isaka uyise;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 28:8
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngizakukufungisa phambi kukaSimakade uNkulunkulu wezulu nomhlaba, ukuthi ngeke uyithathele indodana yami umfazi emadodakazini amaKhanani, esihlala phakathi kwawo.


URibheka wayesethi ku-Isaka: “Ngikhathazekile ngempilo yami ngenxa yabesifazane bamaHithi. Uma uJakobe naye engase aganwe ngenye yezintombi zamaHithi akule ndawo, ngiyothi ngisaphilelani na?”


U-Isaka wabiza uJakobe wambusisa wayesemyala, wathi kuye: “Ungalokothi uganwe ngenye yezintombi zamaKhanani.


Wezwa nokuthi uJakobe wamlalela uyise nonina waya ePhadani Aramu.


Kodwa lokho kwaba kubi emehlweni kaSamuweli, lapho ethi: “Sinike inkosi ukuba isehlulele.” USamuweli wayesekhuleka kuSimakade.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ