Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 27:45 - IsiZulu 2020

45 Aze umnewenu axole, akhohlwe, ngiyobe sengikuthumelela ukuba ubuye lapho. Kungani ngizolahlekelwa yini nobabili ngalusuku lunye na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

45 kusuke kuwe ukuthukuthela komnewenu, akhohlwe lokho okwenze kuye, bese ngithuma ngikulande khona; ngizakwaphucwa ngani nina nobabili ngalusuku lunye na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

45 ize isuke kuwe intukuthelo yomfowenu, akhohlwe okwenze kuye;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 27:45
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Mhlawumbe ubaba angase angiphathe ngesandla, bese kuba sengathi ngimenza isilima, ngizilethele isiqalekiso esikhundleni sesibusiso.”


UJakobe wathi kuyise: “Ngingu-Esawu izibulo lakho. Ngenze njengoba ubushilo. Phakama, uhlale, udle nansi inyama yenyamazane ukuze ungibusise.”


Kepha wathi: “Umfowenu ungene lapha ngobuqili, wathatha isibusiso sakho.”


Kukhona amacebo amaningi enhliziyweni yomuntu, kepha inhloso kaSimakade iyokuma.


Kukhona yini ongahlela bese enza akuhlelile, uma iNkosi ingakuvumelanga na?


Lapho abantu bendawo bebona isilwane silenga esandleni sakhe, bakhuluma bodwa, bathi: “Impela lo muntu ungumbulali, kuthi noma esesinde olwandle, kodwa ukuLunga kungavumi ukuba aphile.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ