Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 27:30 - IsiZulu 2020

30 Lapho nje eqeda u-Isaka ukubusisa uJakobe, kungakabi sikhathi esingakanani ephumile, kwangena umnewabo u-Esawu evela ekuzingeleni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Kwathi u-Isaka eseqede ukumbusisa uJakobe, uJakobe esand' ukuphuma ebusweni buka-Isaka uyise, wafika u-Esawu umnewabo evela ekuzingeleni kwakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

30 Kwathi u-Isaka eseqedile ukumbusisa uJakobe, uJakobe engakasuki ebusweni buka-Isaka uyise, wafika u-Esawu umnewabo evela ekuzingeleni kwakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 27:30
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wayeyiphisi elinamandla phambi kukaSimakade. Yingakho kunesisho esithi: “Kuhle kukaNimrodi iphisi elinamandla phambi kukaSimakade.”


Sengathi abantu bangakukhonza. Izizwe ngezizwe zikukhothamele. Busa phezu kwabafowenu, izizukulwane zikanyoko zikukhothamele. Mabaqalekiswe bonke abakuqalekisayo, babusiswe bonke abakubusisayo.”


Naye wapheka isilovela esehla esiphundu, wasiletha kuyise, wathi kuyise: “Baba, phakama, uhlale udle inyama yenyamazane yendodana yakho, ukuze ungibusise.”


Niyazi ukuthi kamuva esethanda ukudla ifa lesibusiso, waliwa, akabe esalithola ithuba lokuphenduka, nakuba esekufunisisa ngezinyembezi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ