Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 27:16 - IsiZulu 2020

16 Wamfaka izikhumba zamazinyane ezandleni, nasentanyeni yakhe eyayibushelelezi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Wamnqwambisa izikhumba zamazinyane ezimbuzi ezandleni zakhe nasocwatheni lwentamo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Wabeka izikhumba zezinqama ezandleni zakhe nasentanyeni yakhe ebushelelezi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 27:16
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Owabona ilanga kuqala wayenomzimba ompofu ngebala, ephuphuzela uboya bunjengobesiphuku, lona wamqamba igama wathi ngu-Esawu.


URibheka wathatha izingubo zakwanokusho zika-Esawu indodana yakhe endala, ayezibeke endlini yakhe, wazigqokisa uJakobe.


Wayesemnika isilovela esehla esiphundu nesinkwa ayesibhakile.


Wahluleka ukwehlukanisa ukuthi lona nguJakobe, ngoba izandla zakhe zaziphuphuzela uboya njengezika-Esawu umnewabo, ngakho-ke wambusisa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ