Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 26:19 - IsiZulu 2020

19 Kwathi lapho izinceku zika-Isaka zimba esigodini zathola umthombo ogelezayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Izinceku zika-Isaka zemba esigodini, zafumana umthombo wamanzi aphethuzayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Izinceku zika-Isaka zemba esigodini, zathola lapho umthombo nomthombo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 26:19
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Isaka wabuye wayimba imithombo eyayikade imbiwe emihleni ka-Abhrahama, wayibiza ngamagama ayeyiqambe wona uyise, ngokuba amaFilisti ayekade eyivalile emva kokufa kuka-Abhrahama.


Kwaqubuka umbango phakathi kwabelusi baseGerari nabaka-Isaka, abaseGerari bethi: “Lawa manzi ngawethu.” Wawuqamba lowo mthombo wathi yi-Eseki okunguthi kusembangweni, ngoba bambangisa.


Isiphethu sezivande, umthombo wamanzi aphilayo, ogeleza uvela eLebhanoni!


Okholwa yimi, njengokusho kombhalo, esiswini sakhe kuyakugobhoza imifula yamanzi aphilayo.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ