Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 25:16 - IsiZulu 2020

16 Yilawo-ke amagama amadodana ka-Ishmayeli ngokwakha kwawo emizaneni yawo, nangokuma kwawo enkanjini, ayizinhloko zezizwana ezilishumi nambili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 yilawo angamadodana ka-Ishmayeli, yilawo angamagama awo ngemizi yawo nangezikaniso zawo, izikhulu eziyishumi nambili ngezizwe zawo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Lawa angamadodana ka-Ishmayeli, futhi lawa angamagama awo ngemizi yawo nezinqaba zawo; izikhulu eziyishumi nambili ngokwezizwe zazo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 25:16
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Mayelana no-Ishmayeli ngisizwile isicelo sakho, naye ngizombusisa ngimuphe inzalo eningi, nezizukulwane eziningi. Uyakuba nguyise wamakhosi ayi-12, ngimenze abe yisizwe esikhulu.


Ngalolo lusuku u-Abhrahama wabiza u-Ishmayeli nazo zonke izinceku ezazizalelwe kwakhe, nazo zonke izigqila ayezithengile, wabasoka, njengalokhu uNkulunkulu ayemyalile.


uHadadi, uThema, uJethuri, uNaphishi, noKedema.


Nazi izindawo zawo zokuhlala, izinkambu zawo emingceleni yawo: amadodana ka-Aroni awomndeni kaKhohathi, ngokuba yiwo adliwa wunkatho kuqala.


Yonke imizi yabo ezindaweni, lapho babehlala khona, nawo wonke amathende abo bakushisa ngomlilo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ