Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 24:5 - IsiZulu 2020

5 Inceku yathi kuye: “Mhlawumbe lowo wesifazane angathandi ukubuya nami eze lapha kuleli lizwe. Uma kunjalo-ke, indodana yakho ngiyithathe yini ngiyiyise ezweni owavela kulo na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Inceku yathi kuyo: “Mhlawumbe owesifazane akayikuvuma ukungilandela, eze kuleli zwe; imbala ngiyakuyibuyisela indodana yakho ezweni, lapho wavela khona na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Inceku yasisithi kuye: Mhlawumbe owesifazana angethandi ukungilandela ukuya kulelilizwe; ngibuyise indodana yakho ezweni owaphuma kulo na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 24:5
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“Ngathi enkosini yami: ‘Mhlawumbe lowo wesifazane ngeke athande ukubuya nami.’


Kepha uyokuya kwelakithi ezihlotsheni zami, ufike uyithathele khona umfazi indodana yami u-Isaka.”


Bambiza uRibheka bathi kuye: “Uzohamba yini nalo muntu na?” Wathi: “Ngizohamba.”


U-Abhrahama wathi kuyo: “Uze ungalokothi ubuyisele indodana yami lapho.


Ungaliphathi ngeze igama likaSimakade uNkulunkulu wakho, ngokuba uSimakade akayukumyeka angamjezisi oliphatha ngeze igama lakhe.


Ngokuba uma wenqaba ukubavumela ukuba bahambe, ulokhu ubabambile,


Bonke abahlakaniphileyo basebenza ngokwazi, kepha isiwula sisabalalisa ubuwula.


Uyakufunga ngeqiniso, ngobulungiswa, nangokulunga, uthi: ‘Ngifunga phambi kukaSimakade,’ izizwe ziyakuzibusisa ngaye, zizishaye isifuba ngaye.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ