UGenesise 24:40 - IsiZulu 202040 “Yathi: ‘USimakade engiphila phambi kwakhe, uyothumela ingelosi yakhe ikuhole, enze indlela yakho ibe yimpumelelo. Wena uzakutholela indodana yami umfazi kwelakithi nasezihlotsheni zami. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE40 “Wathi kimi: ‘UJehova, engihambe ebusweni bakhe, uzakuthuma ingelosi yakhe nawe, aphumelelise indlela yakho; uyakuyithathela indodana yami umfazi ezihlotsheni zami nasendlini kababa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202440 Yathi kimi: ‘UJehova engihamba phambi kwakhe uyakuthuma ingelosi yakhe nawe, aphumelelise indlela yakho; futhi kumelwe uyithathele indodana yami umfazi emndenini wakithi nasendlini kababa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |