UGenesise 24:30 - IsiZulu 202030 Kwathi ukuba abone indandatho ekhaleni, namasongo ezingalweni zikadadewabo, futhi esekuzwile okushiwo ngudadewabo uRibheka, ethi: “Ikhulume kanjalo indoda kimi,” waya kuleyo ndoda eyayimi eduze kwamakameli ngasemthonjeni. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE30 Kwathi esebone icici namasongo ezandleni zikadadewabo, wezwa amazwi kaRebeka udadewabo, ethi: “Washo njalo lo muntu kimi,” waya kulowo muntu; bheka, wayemi ngakuwo amakamela ngasemthonjeni. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202430 Kwathi lapho ebona icici namasongo ezandleni zikadadewabo, wezwa amazwi kadadewabo uRebeka, ethi: “Yilokhu indoda ekhulume kimi; ukuthi wafika kumuntu; bheka, wayemi ngasemakameleni ngasemthonjeni. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |