Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 23:17 - IsiZulu 2020

17 Ngakho-ke insimu ka-Efroni eseMakhaphela, eyayisempumalanga neMamre, insimu nomgede owawukuyo, nezihlahla zonke ezazingaphakathi komngcele wayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Kanjalo insimu ka-Efroni yaseMakaphela elingaphambi kweMamre, insimu nomhume okuyo, nemithi yonke esensimini nxazonke kuze kube semikhawulweni yonke

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Insimu ka-Efroni eyayiseMagiphela ngaphambi kweMamre kanye nomhume, zonke izihlahla ezazikuyo yonke imikhawulo nxazonke zazigadiwe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 23:17
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Insimu nomgede u-Abhrahama akunikwa ngamaHithi kwaguquka kwaba yindawo yakhe yokungcwaba.


insimu u-Abhrahama ayeyithenge kumaHithi. U-Abhrahama wangcwatshwa lapho kwathunwa khona umkakhe uSara.


Amadodana akhe u-Isaka no-Ishmayeli bamngcwaba emgedeni eMakhaphela osensimini ka-Efroni indodana kaZowari umHithi, empumalanga neMamre,


lapho sengilele kobaba, ubongithwala, ungikhiphe eGibhithe uyongingcwaba ethuneni lobaba.” UJosefa wathi: “Ngizokwenza njengoba ushilo.”


Amadodana akhe amthatha uyise amyisa eKhanani, amngcwaba emgedeni osensimini eMakhaphela, u-Abhrahama ayewuthenge nensimu ku-Efroni umHithi, ukuze ube yindawo yokungcwaba, eduze naseMamre.


ukuze ukuyise endaweni yakho, uqonde imikhondo yendlu yakho na?


Umuntu omuhle unomusa, uyatshelekisa, izindaba zakhe uzisingatha ngobulungiswa.


“Bhekani lapha, ngiyanithuma njengezimvu phakathi kwezimpisi, ngakho-ke hlakaniphani njengezinyoka, nibe mnene njengamajuba.


Babuyiswa eShekhemu, babekwa ethuneni u-Abhrahama ayelithenge ngenani lesiliva kumadodana kaHamori eShekhemu.


Ngakho-ke bhekisisani ukuthi nihamba kanjani, ningabi njengabangahlakaniphile, kodwa njengabahlakaniphileyo,


Hambani ngokuhlakanipha kubo abangaphandle, nithengisise isikhathi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ