UGenesise 19:3 - IsiZulu 20203 ULothi wazibelesela ezincenga zaze zaphambuka zangena endlini yakhe. Wabe esezilungisela idili, wazenzela namaqebelengwane angenamvubelo; zadla. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE3 Kepha wazincenga kakhulu, zaze zaphambukela kuye, zangena endlini yakhe; wazilungisela idili, wenza isinkwa esingenamvubelo, zadla. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20243 Kodwa waphikelela; baphendukela kuye, bangena endlini yakhe; wabalungisela ukudla, wabhaka isinkwa esingenamvubelo, badla. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |