Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 18:26 - IsiZulu 2020

26 USimakade wathi: “Uma ngithola abangama-50 abalungileyo emzini waseSodoma, ngiyakuyiyeka indawo ngingayibhubhisi ngenxa yabo.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 UJehova wathi: “Uma ngifumana eSodoma abalungileyo abangamashumi ayisihlanu phakathi komuzi, ngiyakuyekela indawo yonke ngenxa yabo.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

26 Yathi iNkosi: “Uma eSodoma ngifumana abalungileyo abangamashumi ayisihlanu emzini, ngiyakuhawukela yonke indawo ngenxa yabo.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 18:26
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

USimakade wathi: “Ngimfihlele yini u-Abhrahama engikuhlosile na?


Ngisho noma abantu bakho, Israyeli, bebengangesihlabathi solwandle, kuyobuya imithonseyana phakathi kwabo, ngoba ukubhujiswa kubahlalele; nokulunga kuyachichima.


Ngalolo lusuku owakwa-Israyeli uyoba ngowesithathu, ehlangene nabaseGibhithe nabase-Asiriya, babe yisibusiso phakathi komhlaba.


Ngisho noma kusasele ingxenye yeshumi kulo, iyobuye ishiswe njengomtherebhinte nomu-okhi okusiqu sakho simi lapho kugawulwa khona, inzalo engcwele iyisiqu sakho.”


Usho kanje uSimakade, uthi: “Njengalokhu iwayini elisha litholwa ehlukuzweni lamagilebhisi, bese kuthiwa: ‘Ningaloni ngokuba kunesibusiso esikulo,’ ngiyokwenza kanjalo, ngenxa yenceku yami: angiyukubabulala bonke.


“Yehlani nenyuka emigwaqweni eJerusalema, nibheke nxazonke, niqaphele, nicinge ezigcawini zalo, uma niyofumana umuntu abe munye vo owenza ubulungiswa, ofuna iqiniso; khona ngiyolithethelela.


“Ngafuna kubo umuntu owayezokwakha ugange, ame esikhaleni phambi kwami ngenxa yezwe, ukuze ngingalibhubhisi, kodwa angimtholanga.


Ukuba lezo zinsuku bezingafinyezwanga, bekungesindiswe muntu, kodwa ngenxa yabakhethiweyo ziyakufinyezwa.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ