Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UGenesise 10:7 - IsiZulu 2020

7 Amadodana kaKhushe kwakunguSebha, uHavila, uSabitha, uRama, noSabhitheka. Amadodana kaRama kwakunguShebha noDedani.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Amadodana kaKushe: ngoSeba, noHavila, noSabita, noRama, noSabitheka. Amadodana kaRama: ngoSheba noDedani.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Amadodana kaKushe: noSeba, noHavila, noSabta, noRaama, noSabtega; namadodana kaRama; uSheba noDedani.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UGenesise 10:7
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UKhushe wazala uNimrodi, iqhawe lokuqala emhlabeni.


Igama lowokuqala kwakuyiPhishoni. Yiwo ogobhoza uzungeze lonke izwe iHavila, lapho kunegolide khona.


Kwathi ukuba indlovukazi yaseShebha izwe imibiko ngodumo lukaSolomoni ngenxa yegama likaSimakade, yafika ukuzomvivinya ngemibuzo elukhuni.


Amadodana kaKhushe: nguZebha, uHavila, uSabhitha, uRama noSabhitheka. Amadodana kaRama: nguSheba noDedani.


ngesikhathi kufika amaShebha akuthumba, abulala izinceku ngenkemba; yimina nje ngedwa engiphunyulile, ukuze ngizokubikela.”


Amakhosi aseTharishishi nawaseziqhingini ayakuletha izipho. Amakhosi aseShebha naseSebha ayoletha izipho.


Isiphrofetho nge-Arabhiya. Niyakulala ehlozini elisemathafeni e-Arabhiya, nina mahele aseDedanimi.


Ngokuba Mina nginguSimakade uNkulunkulu wakho, oNgcwele ka-Israyeli uMsindisi wakho. IGibhithe ngilinikele laba yinhlawulo yakho; iKhushe neShebha esikhundleni sakho.


“ ‘Abantu baseDedani bahwebelana nawe; iziqhingi eziningi kwakuyizindawo zakho zokuhweba; baletha kuwe uphondo lwendlovu nezingodo ezimnyama zomthombothi, kwaba yisipho sakho.


“ ‘AbaseDedani babehwebelana nawe ngezindwangu zezihlalo zamahhashi ezinhle.


“ ‘Abahwebi baseShebha nabaseRama babethenga kuwe, behwebelana nawe ngazo zonke izinongo zekhethelo, ngawo wonke amatshe ayigugu, nangegolide.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ