UEksodusi 8:9 - IsiZulu 20209 UMose wathi kuFaro: “Ngitshele ukuthi ufuna ngikukhulekele nini wena nezikhulu zakho, nabantu bakho, ukuze amasele asuke kuwe nasezindlini zakho, asale kuphela emfuleni.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE9 UMose wathi kuFaro: “Ziphakamise phezu kwami, usho ukuthi ngizakukuncengela ngasiphi isikhathi wena nezinceku zakho, nabantu bakho ukuba achithwe amasele kuwe nasezindlini zakho, asale emfuleni kuphela.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20249 UMose wayesethi kuFaro: “Zibonge ngami; ngiyakukuncenga nini wena nezinceku zakho nabantu bakho ukuba baqothule amasele kuwe nasezindlini zakho, asale emfuleni kuphela, na? အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |