UEksodusi 8:3 - IsiZulu 2020
3 Umfula iNayili uzogcwala amasele, azokwenyuka, enyukele endlini yakho, nasekamelweni lakho, embhedeni wakho, nasemizini yezinceku zakho, neyabantu bakho, nakohhavini nasezitsheni zokuxovela inhlama.
အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ
3 umfula uyakuvama amasele; ayakukhuphuka, angene endlini yakho, nasekamelweni lakho lokulala, naphezu kombhede wakho, nasendlini yezinceku zakho, naphezu kwabantu bakho, nasemaziko akho, nasezingqwembeni zakho zokuxova izinkwa.
အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ
3 Umfula uyakuzala amasele, akhuphukele endlini yakho, nasekamelweni lakho lokulala, naphezu kombhede wakho, nasendlini yezinceku zakho, naphezu kwabantu bakho, naphezu kohhavini bakho, nasezitsheni zakho zamadolo;
အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ