UEksodusi 8:29 - IsiZulu 202029 UMose wathi: “Uma ngisuka lapha kuwe, ngizokhuleka kuSimakade ukuba kusasa azisuse izinkumbi zezibawu kuFaro, nasezincekwini zakhe, nakubantu bakhe. Kodwa-ke uFaro makangaphinde akhohlise ngokuthi uzakubavumela abantu bahambe ukuyokwenzela uSimakade umhlatshelo.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE29 Wathi uMose: “Bheka, ngiyaphuma kuwe; ngiyakuncenga uJehova ukuba izibawu zimuke, zisuke kuFaro, nakuzo izinceku zakhe, nakubantu bakhe ngomuso; kodwa uFaro angabuyi akhohlise ngokungavumeli abantu ukuba bahambe bahlabele uJehova.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202429 Wayesethi uMose: “Bheka, ngiyaphuma kuwe, ngiyakuncenga uJehova ukuba kusasa zisuke izibawu kuFaro, nasezincekwini zakhe, nakubantu bakhe; kepha uFaro makangabe esaqhubeka nokukhohlisa, avumele abantu ukuba bahambe bayohlabela uJehova. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |