Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 8:14 - IsiZulu 2020

14 Bawaqoqa bawabeka izinqwaba ngezinqwaba. Izwe lanuka.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Bawabuthela izinqwaba ngezinqwaba, izwe lanuka.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Bazibuthela izinqwaba, izwe lanuka.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 8:14
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bayithatha inkunzi abayinikwayo, bayilungisa. Balibiza igama likaBhali kusukela ekuseni kwaze kwaba semini, bethi: “Bhali, siphendule,” kepha akubanga khona zwi, nophendulayo wayengekho. Bagida ngase-althare ayelakhile.


Kwathi lapho isidlulile imini, baphrofetha kwaze kwanikelwa ngomnikelo wempuphu, kepha akubanga khona zwi, nophendulayo, nonakekelayo.


kwafa izinhlanzi. Umfula wanuka kangangokuthi abaseGibhithe abakwazanga ukuphuza amanzi awo: kwakunegazi kulona lonke iGibhithe.


USimakade wenza njengokucela kukaMose, amasele ayesezindlini, emagcekeni, nasemasimini afa.


Kepha lapho uFaro ebona ukuthi uthole ikhefu, wayenza lukhuni inhliziyo yakhe, akaze abalalela njengalokhu ayeshilo uSimakade.


USimakade wenza kanjalo, izinkumbi zezibawu zahlasela indlu kaFaro, nezindlu zezinceku zakhe, nalo lonke iGibhithe, kwaba nomonakalo ngenxa yezibawu.


Osomlingo abakwazanga ukuma phambi kukaFaro ngenxa yamathumba, ngoba nabo babehlaselwe ngamathumba nabo bonke abaseGibhithe.


Izikhulu zaseZowani ziyiziwula ngempela, abeluleki abahlakaniphileyo bakaFaro beluleka ubuwula. Ningasho kanjani kuFaro, nithi: “Ngiyindodana yezihlakaniphi, isizukulwane samakhosi asemandulo” na?


Ngokuba uSimakade uthukuthelela izizwe zonke, ufuthekela yonke impi yazo; uzakuzibhubhisa, azinikele ukuba zibulawe.


“ ‘ “Kuyakuthi ngalolo lusuku, nginike uGogi indawo yokungcwaba kwa-Israyeli, isigodi salabo abedlula empumalanga yolwandle, abavimbe abadlulayo, bayakumngcwaba lapho uGogi naso sonke isixuku sakhe, bayibize ngokuthi isigodi iHamoni Gogi.


Ngiyakuyidudulela kude nani impi yasenyakatho, ngiyixoshele ezweni eligagadekile neliyincithakalo, ubuso bayo bubheke ngasolwandle empumalanga, ingemuva layo lifulathele ngasolwandle entshonalanga, ukunuka kwayo kukhuphuke, kwenyuke nephunga layo elibi, ngokuba wenze izinto ezinkulu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ