Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UEksodusi 7:21 - IsiZulu 2020

21 kwafa izinhlanzi. Umfula wanuka kangangokuthi abaseGibhithe abakwazanga ukuphuza amanzi awo: kwakunegazi kulona lonke iGibhithe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Izinhlanzi zasemfuleni zafa; umfula wanuka; abaseGibithe babengenakuphuza amanzi asemfuleni; igazi lalikhona ezweni lonke laseGibithe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Izinhlanzi zasemfuleni zafa; umfula wanuka, abaseGibithe babengenakuphuza amanzi omfula; kwaba khona igazi ezweni lonke laseGibithe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UEksodusi 7:21
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Waphendula amanzi abo aba yigazi, wabhubhisa izinhlanzi zabo.


Izinhlanzi ezisemfuleni ziyokufa, umfula iNayili unuke phu, abaseGibhithe bayakukhathazeka bengakwazi ukuwaphuza amanzi omfula.” ’ ”


UMose no-Aroni benza njengoba uSimakade ayebayalile. Wayiphakamisa induku yakhe, washaya amanzi emfuleni phambi kukaFaro nezinceku zakhe, onke amanzi ayesemfuleni iNayili aphenduka igazi,


Kepha nosomlingo baseGibhithe nabo, ngemilingo yabo, benza into efanayo, ngakho-ke inhliziyo kaFaro yaba lukhuni, akavumanga ukubadedela, njengalokhu uSimakade ayeshilo.


Bawaqoqa bawabeka izinqwaba ngezinqwaba. Izwe lanuka.


Abadoba izinhlanzi bayokhala; bonke abaphonsa izindobo eNayili balile, nabaphonsa amanetha emanzini ayo bayodabuka.


kwafa okwesithathu kokudaliweyo okuphilayo okwakusolwandle, nokwesithathu kwemikhumbi kwabhujiswa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ